SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UMAROTHI uvuma ukuvulela urachel inhliziyo kodwa ngaphansi kwemibandela ethile. Unoah uthola isivakashi esingemukelekile kanti futhi ushiya abakwamaputla bekhathazekile ngaye.

Urachel unquma ukubuyela kwicebo lakhe lasekuqaleni ngesikhathi umarothi enqaba ukuhambisana nezimfuno zakhe. Unoah ubukeka ephunyuka ezandleni zikamokgadi noleeto. Ulehasa utshela ukat nocandice ukuthi kunothile okumele abikwe emaphoyiseni ngecala elithile.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.