Ilanga Lempelasonto

UMCULI : NICO ISIHLOKO : DANCE UHLOBO LOMCULO : HIP HOP UNYAKA : 2018 AMAPHUZU : 5/10

-

LENA yisingili kanico ocula i- hip hop kodwa ubala amagama uma ecula. Ucula ngolimi lwesizulu. Nakuba kuzwakala ukuthi usazama, kodwa akufani - kumele aqhubeke azame ukuncela ezinkakhen­i zomculo ukuze akhule, adlondloba­le naye. Uphindaphi­nda izinhlamvu ezithi umuntu akanyakazi­se umzimba njengenyok­a. Ibuye idlalwe ngezinsimb­i zodwa le ngoma. Iyatholaka­la ezitolo noma kushayelwe yena kule nombolo ethi: 078 495 4915.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa