UTHWESWE IZIQU UMHOLI WE-EFF

Ilanga - - Front Page - ISITHOMBE: TWITTER

USEKUPHINDILE lokho kwezemfundo uKhomanda oMkhulu we-Economic Freedom Fighters (EFF), uMnu Julius Malema njengoba izolo ngoLwesithathu ebethweswa iziqu zeBA Honours in Philosophy e-University of South Africa (Unisa). Kakukapheli ngisho iminyaka emibili lo mholi ethweswe iziqu zeBA Degree in Political Leadership enyuvesi efanayo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.