Makugxekwe uyise wale ngane ebulalise umuntu

Ilanga - - Imibono - Mbali Ngcobo ETHEKWINI

MHLELI: Noma ngingajwayele nje ukubhala, ngisuswa wudaba lokubulawa komlisa obesiza umngani wakhe odabeni “Ufele “ukuntshontsha” ingane.

Mina ngisola uyise womfana osuse udaba.

Uyise womfana (11) ukuthathaphi ukuthi ingane yonile, ihamba amado- lobha ngaphandle kwemvume aphinde yena ayoyithengela izinyama ezithosiwe ngoba ithi ilambile?

Ibizothengelwa ngubani ukudla ukuba akafikanga? Abazali mabayeke ukudlalwa yizingane kuze kushone abasizayo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.