HHAWU! WAZE WAMUBI UMGWAQO U-P90

Ilanga - - Imibond - Busi Khanyile

MHLELI: Ngikhala ngomgwaqo uP90 osuka KwaDolwane uya eKhombe esibhedlela, mubi kawunakiwe nhlobo.

Kakuhambeki, unemigodi namatshe aphumele ngaphandle. Uhlangabezana nenkinga uma usahamba ngaseJameson Drift, uP90 uyinkinga kabi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.