USHENGE USETHI KHUMU

Ilanga - - News - ISITHOMBE NGU: JOHN HLONGWA

UMENGAMELI weNkatha Freedom Party (IFP), iNkosi Mangosuthu Buthelezi, izolo ngeSonto imemezele iMeya yaKwaHlabisa, uMnu Velenkosini Hlabisa, njengephakanyiswe yiqembu ukungenela umjaho wesikhundla sokwengamela leli qembu okhethweni oluzayo. INkosi Buthelezi, engomunye wabaholi abahlonishwayo emhlabeni, isithi khumu ekuholeni leli qembu yize isazoqhubeka kuze kufike ingqungquthela.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.