OWE-DA ESIKOLENI SEZINKINGA

Ilanga - - Front Page -

UBUNGAFUNGA ukuthi ngomunye wothisha uMnu Zwakele Mncwango, ongumholi weDemocratic Alliance (DA) KwaZuluNatal, obevakashele eMbuyiselo High School eMandeni lapho isimo simanzonzo ngenxa yempi yezigodi ephazamise ukubhalwa kwezivivinyo zokuphela konyaka. Ubehambisana nezikhulu zoMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal. Udaba ekhasini 3

ISITHOMBE NGU: SABELO MASUKU

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.