KUSHIYE UMQEQESHI WE-LEOPARD

Ilanga - - Ezemidlalo -

LIGQABUKILE igoda kwiBlack Leopards egijima kwiNational First Division (NFD) nomqeqeshi wayo waseBelgium uJean Luscuito.

Lezi zindaba ziqinisekiswe yilo mqe- qeshi izolo ngoLwesithathu ntambama.

Uthi nakuba ekhona amakilabhu amfunayo ngaphandle kwakuleli kodwa usafuna ukuhlala ngoba uyithandile iNingizimu Afrika.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.