7. UKUKHATHALA KWENDUKU

Ilanga - - Izindaba -

Ucwaningo selukuvezile kaningi ukuthi ukudla inyama kuholela ekubeni nomfutho wegazi ophezulu nesifo senhliziyo.

Lokhu kakugcini ngokunciphisa ukugeleza kwegazi eliya enhliziyweni nasebuchosheni, kepha nakwezinye izindawo emzimbeni okubalwa nesitho sangasese kowesilisa nakowesifazane. Uma igazi lingagelezi kahle, ukuvuka kwenduku kuba buthuntu. Kakukho lutho oluhle kwezokwenza ucansi uma udla inyama.

ISITHOMBE NGABE: METROHOMECITY.CO.ZA

INYAMA iyingozi emzimbeni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.