#TBT: SIYABONGA SHIBE

Ilanga - - Relationships & Love Issues - ISITHOMBE: SITHUNYELWE

NAMHLANJE sithi #TBT kuSiyabonga Shibe ongumlingisi wemidlalo yeshashalazi nakumabonakude. Kuyimanje ulingisa indawo kaQhabanga emdlalweni owuchungechunge, uZalo. Le nsizwa isibonakale emidlalweni eminingi ehlukene, kanti inekhono eliyisimanga. ILANGA LangeSonto lizobe likuphathele okuningi ngale nsizwa njengoba liphole naye.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.