IPASI NESIPESHELI

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA -

ezinye zazo ngabantu abazophuzela ebhishi, kube ngabalwayo nabavele bachame noma yikuphi.

NIZOQINISEKISA kanjani ukuthi isimo siyalawuleka?

SIZOSEBENZISA umthetho, abaphambana nawo bazokhalelwa ngasongo kaSigonyela, bese kuya ngecala umuntu alenzile ngendlela azojeziswa ngayo.

ABANGEZILE emabhishi yiziphi izinhlelo eninazo zokuqinisekisa ukuthi baphephile?

SIZOBE sinezivimbamgwaqo lonke iTheku sibheka izinto ezahlukene ukuqinisekisa ukuthi abantu baziphatha kahle emigwaqweni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.