Zizonikwa ithuba izing

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

IDURBAN Jazz Festival ebaseHazelmere Dam ngoDisemba 26 izovumbulula ikhono kubaculi abasebancane.

Ngokusho komunye wabahleli bayo uSne Vilakazi, kulokhu bazonika ithuba uLesandra (13) ukuthi acule nebhendi yakhe nayo ebophele izingane ezineminyaka esuka ku-11 kuya-13.

“Bazocula izingoma zezingwazi zabaculi okungoBrenda Fassie, Miriam Makeba nabanye. Kuzonandisa nekhwaya yaseMlazi Com Tech. Inhloso ukubanika ithuba lokuvela emphakathini,” kusho uSne.

Baningi abanye abazobe beqala ukunandisa kule festival njengo-Amanda Black wengoma ethi Amazulu noJoe Nina njalo njalo.

Kuboshelwe uJimmy Dludlu, Lira, Mbuso Khoza, Syleena Johnson waseUSA, okuzobe kungokokuqala kubekhona umculi w kulo mcimbi, Olive Mtukudzi, Kelly K Moneoa, Unathi Afrosoul, Robbie noMusa naban USne uthe a ayatholakala n ajwayelekile n aweGolden Ci Awezicukuthw uthe awadayis nyaka kodwa a beyizicukuthw bazobe bemen Uthe ama-dis ngaphakathi ngo-R110 ePet kuNandi Drive Uthe ihora elixha yiDurban Jazz uNaima

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.