Sengathi uzokuphika u-2017, Hlaudi

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ISIKHULU sakwaSABC uHlaudi Motsoeneng naso sikhombisile ukuthi sinayo inkani.

Kodwa ngibona sengathi unyaka uphela naso manje. Kuphelelephi ukufana nenunu othi uyayibulala uyibone isivukile Hlaudi?

Ngendlela engibuka ngayo sengathi unyaka ozayo akuzoba unyaka wakho. Eish! ngangifisa ukuba wuHlaudi kodwa manje angisafuni. Kodwa Hlaudi ngiyakuhlonipha ngasekubeni nenkani, uhamba wedwa.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.