Liyisilingo leli bhulukwe likaDr Malinga

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

NGICABANGA ukuthi uDkt Malinga ubonile ukuthi lesi sitayela sakhe samabhulukwe anokhalo oluhlala esifubeni asimsebenzelanga kulo nyaka.

Abantu abalifuni leli bhulukwe lakho Malinga, liyabheda. Ngicela ukuthi ngonyaka ozayo ugxile emculweni ukhohlwe amabhulukwe angasile.

Obuza kuDJ Bongz ukuthi laphelelaphi ikepisi lakhe iGwaragwara.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.