Awushintshe T’zozo

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

UYABONAKALA umuntu ongazange aqale ezinhlanganweni zabafundi njengeCosas. UT’zozo angimqondi noma usengusopolitiki noma uyiciko. Ukube kuya ngoQeks ngabe ngithi umuntu osecela ko-40 akabalwe nabantu abasebasha ukuze lizofezeka iphupho likaT’zozo lokuba wumholi wentsha ngoba uyikhonzile nempunga yakhe. Zulu sekukhulekile, awushintshe manje.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.