U-DJ Sbu akayeke ukuzenza isikhokho

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

U-DJ Sbu angaphinde azenze isikhokho. Ngicabanga ukuthi ubonile kulo nyaka ukuthi le nto icishe yamlahlekisela ngakho konke. Bese ngizitshela ukuthi bamphambanisele ngeMoFaya yakhe le abeseyidayisa njengembiza. Gxila ekusakazeni nasemculweni Sbu odalelwe khona.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.