Kuza kahle kuleli qembu emculweni

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA -

(14) odlala upiyano noSiphokazi Gebashe (14) odlala upiyano. Sebezakhele udumo ngendlela abanandisa ngayo.

Yize lisungulwe nonyaka kodwa selikhiphe umucu wokuqala othi Shayingoma okhishwe ngo-Agasti.

U-Andrew uthe leli qembu libunjwe yizingane ezithathwe kuma-projects omculo enganyelwe ngabaculi baseThekwini. Ivideo ikhishwe ngoSepthemba. Lizonandisa kwiDurban Jazz Festival ngoDisemba kanti lithole nesimemo sokuvela kwiSidingo.

USiphokazi, Neo no-Entle bebeyingxenye yeLittle Wing Music Foundation yaseMlazi. Izolo amalungu amane aleli qembu abeseSithokozile Primary eMlazi lapho ebecobelela khona ngolwazi lomculo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.