Kuzogiya abasaf

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ABACULI abasafufusa bazosina badedelane kuThungulu Last Dance Picnic ebhishi eRichards Bay namuhla njengoba abahleli balo mcimbi betha isinqumo sokuthi kube yibona abanikwa kakhulu ithuba.

Umgqugquzeli wawo uSipho Ndaba weMbawula Investsments uthe, noma bekhona nabaculi abadumile abazonanidisa kwiPicnic kodwa bazoba baningi abasafufusa.

“Bangu-28 abaculi esesibahlonzile bazonandisa kwiPicnic. Inhloso ukubathuthukisa njengoba nasenkundleni yokucobelela ngolwazi kubaculi ebesinayo bebe- phume ngobuningi,” kusho uNdaba. abasafuf ukuthi

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.