UMkhathini usezodayisa amatwani

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

OWAXOSHA umfundisi Sabelo Mkhathini kuKhozi FM ngeke alibone izulu. Ngizwe kuthiwa usevule ibhusha eThekwini.

Okungiphatha kabi kakhulu nje ukuthi leli phimbo elimtoti likaMkhathini selizosebenza ukumemeza amanani ezingingila manje.

Kodwa yisiqalo esihle lesi Mkhathini, indoda yenza njalo-ke ukhohlwe yilaba abakwenza inhlekisa ezweni bekuxosha emsakazweni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.