Yeka ukudlala izingane zakho, Mdu Ngcobo

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ENGATHI uMdu Ngcobo kuzomele azibambele futhi kwiDurban Jazz. Le nto eyenziwe yizingane yokuthi zithembise ukuthi kuzofika uSyleena Johnson angafiki kulo mcimbi, ayiyinhle.

Zikukhohlisile izingane Ngcobo zathi buyela eceleni zifuna ukulanda umculi waphesheya kwezilwandle kanti zizohluleka. Kulo nyaka kuzomele uzibambele mathupha nifake nabaculi be-jazz ngempela kuqhele lolu sakabhudu lekwaito noDJ.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.