Bengithi yisangoma u-Amanda

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

NGIBE nokudideka kancane ngalo mculi okuthiwa u-Amanda Black wodumo lwengoma ethi Amazulu.

Indlela aqhamuke ebukeka ngayo kwiDurban Jazz ubungathi isangoma esiphuphile.

Ungayivumeli le nto yokubukeka kanje phambi kwabantu Amanda. Abantu abayikhohlwa into ebhedayo. Ngisho usuqhamuka usuzimisele kanjani bazomane bakukhombise lesi sithombe bese bebuza ukuthi uyakhumbula unje?

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.