Uyalalela uSjerere

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

OKUSHO ukuthi uDJ Sjerere uyalalela. UQeks wamkhuza ngesikibha ayesibona sizoze sigugele emzimbeni, ngempela wasiyeka. Ngimbone kwiDurban Jazz esesishintshile.

Uma ulalela kanje Sjerere uzokhula kule ndima. Phela umuntu ubesenamahloni okukushutha ngoba ubefike athethiswe emsebenzini kuthiwe sifake izithombe ezidala kanti yingoba awushintshi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.