Ifihle induku emqubeni le gown kaRiky Rick

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

KANTI kungeneni kubantu no-Facebook kulo nyaka? Ngibone uRiky Rick efake i-video kuwona edansela le ngoma kamaskandi ethi Elamanqamu Namhlanje (Van Damme) enza into engingayiqondanga.

Yini le elokhu ilunguza ngaphansi kwe-gown oyigqokile Riky?

Ngesikhathi ngiyibona okokuqala le video ngiqale ngacikica amehlo ngizitshela ukuthi sengibona izinto ezingekho.

Le gown yakho ifihle induku emqubeni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.