UJub Jub usegwajisa ngisho amaphara madoda?

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

UJUB Jub uphume ngesikhathi esibi ejele ngoJanuwari abantu benezinhliziyo ezincane.

Ngibone sebefake nezingane ezibalekayo kuFacebook bethi zibalekela yena.

Mina ngibona bezishuthele amaphara nje ayebalekela amaphoyisa. Nisho ukuthi lo mculi useyingozi ngisho kumaphara pho? Bakwethu akuphunywe kuJub Jub usesiqedile isigwebo sakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.