Kubi okuvelele uDr Malinga

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

KUTHIWA kubulawe uVan Damme ngengoma ehlukanise unyaka kodwa ngibona sengathi baningi oVan Damme ababulewe la.

Ubani nje obezitshela ukuthi ingoma enje ingahlukanisa unyaka? Angibalanga gama lamuntu njalo kodwa bayazazi bona. Engimdabukela kakhulu wuDr Malinga nje. Kudala nkosi yami enunuselwa ngokuhlukanisa unyaka. Engathi kunedlozi elibi Malinga elingafuni ukukubona uphumelela.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.