Musa ukudlala ngomunye Robbie

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

IBUHLUNGU kodwa le nto eyenziwa wuRobbie Malinga kuMusa. Wazi kahle ukuthi yinye ingoma ayiqophe nalo mfana ethi Mthande kodwa uvele amculise zonke izingoma azenze nabanye abaculi.

Ufika emicimbini athi uMusa akazenze oKelly Khumalo, uZahara noNaima K. Iklabalase ingane yabantu ijuluke ibe manzi te. Ize iphunyuzwe ukuthi kuculwe elayo elithi Mthande.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.