INceku iqhosha ngefriji lase-res

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

INKINGA kamfundisi Sakhile “Mhlonishwa” Langa uyathanda ukubukwa ngisho kungafanele.

Uziqhathelani kodwa mfundisi uchoma kuFacebook ngefriji engathi yileli elisetshenziswa yizitshudeni ema-res?

Into enje ayivezwa emphakathini mfundisi. Uhleka abantu nje uthi bashaywe wuJanuwari thina sibabaza lemihlobiso enamathela efrijini ukuthi uyivusaphi. Liphi ifriji lakho langempela?

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.