Sparks Bantwana, awuqale e-driving school

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

USPARKS Bantwana wengoma ethi Sohamba ngoSeven ayishaya noDJ Mahoota noVetkoek kusamele ame kancane ukuhamba ngemoto ngoba sengathi iyamhlula.

Le moto yakhe uhamba eyigudlisa izindonga zasefuletheni ahlala kulona.

Alukho udonga olungakaze luhuzulwe yile moto yakhe. Kuzomele uthole umuntu ozokufundisa ukushayela uke ume kancane ukuthi uzohamba ngoSeven uke ufunde ukushayela.

Akukuhle ukuthi unengoma emnandi kanje uhambe ngemoto eqabula izindonga.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.