Weni uDJ Oros

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

angibuze ukuthi pho angikhiphi ngani,” kusho u-Oros.

Uqhube wathi into ebiyenza ukuthi abantu bangamboni kakhulu emicimbini yingoba ubesenza imicimbi yangaphandle kweTheku isikhathi esiningi.

Ebuzwa ngokuthi ngabe ubuya nayo yini imdanso yakhe, uthe ngeke wazi ngoba umdanso yinto ehlala ikhona, athi uwuthola ngisho uqhuzuka ubone izitebhu ongazisebenzisa ekusunguleni owakho umdanso.

UProfessor ukuqinisekisile ukuthi u-Oros ungomunye wabaculi abasayine enkampanini yakhe.

“Sisebenzisana neKalawa. Umucu wakhe uzoqala ukuzwakala emisakazweni ngesonto elizayo. Ucula noTira noCharacter,” kusho uProfessor.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.