Kuyaxaka okwenzeka kuLerato Kganyago

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

KUNENTO ehlala ingidida kancane ngoLerato Kganyago uma ngimbona kwithelevishini. Ngokuyazi kwami le ntokazi yinhle kodwa kukhona okungathi kubuye kungahlangani kahle.

Angazi noma lo omphaqulayo usuke egcina icala yini ngokwenza umsebenzi wakhe noma inkinga ikuyena uqobo. Kwesinye isikhathi kuvele kube sengathi mubi kanti nezimpahla azigqokayo ngibuye ngizingabaze kwesinye isikhathi, mhlawumbe nazo zinomthelela.

Kungathi uthenga kakhomba ngozwane lapho kungalinganiswa khona.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.