UMiss Pru umthathephi lo mngani wakhe wedilozi?

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ENGATHI uMiss Pru uzozikhipha isithunzi ngokuhamba nabantu abanqena ukugqoka.

Ngisafisa ukwazi namanje ukuthi ubemthathephi lo mngani wakhe obegqoke iphenti lodwa kumaSama ngoLwesihlanu eNorth West.

Uma ufuna sizwane Miss Pru ngoba uQeks uyazifela ngawe, ngicela ngelinye ilanga uma efuna ukuhamba nawe umnyenyele akubone usungasekho.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.