Ubashaye emakhanda uMdoda

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA - DELI MNCWABE

PHEZU kokuba eseshiye phansi kwiOur Perfect Wedding edlala kuMzansi Magic uThembisa Mdoda, kodwa ukwazile ukubashaya emakhanda bonke kowezindondo zamaDStv Mzansi Viewers’ Choice

Awards obuyizolo eSandton International Convention Centre eGoli.

UThembisa ukhale wemuka nendondo yomethuli zinhlelo ovelele nekasaziwayo othandwa ngababukeli.

Lo mcimbi obugcwele osaziwayo nobukhazikhazi wethulwe ngobunono bekati nguBonang Matheba.

Kulo mcimbi kunandise uLady

Zamar, Thandiswa Mazwai, Lebo Sekgobela, uBusiswa, uDJ Cleo epike uWinnie Khumalo.

Isilomo somdansi uZodwa Wabantu, wenze adume ngazo phambi kwezihlwele.

UHugh Masekela uhlonishwe ngeLifetime Achievement Award.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.