Bengizoya eDubai ukube bengithole lo R14 mln

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

NGIYEZWA nje abantu bekhuluma ngalo mfundi ohlabane ngo-R14 million wakwaNSFAS. Mina ngiwuQeks ngangizolifulathela leli lizwe ‘likaBaba kaDuduzani’.

Uyabona nje ngabe kukhulunywa ukuthi ngiqhiphotheke eDubai eduze komuzi wakwaGupta. Phela ubeseyiGupta elincane lo mfundi, yena engaziboni.

Ngisho abakwaGupta abawudli uR11 000 ngosuku kodwa wena uwuqhobozele kwangabandaba zalutho.

USIBONGILE Mani

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.