I-NFVF incoma amafilimu akuleli ayingxenye yeTIFF

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA - INTATHELI YESOLEZWE NGESONTO

INHLANGANO engamele imidlalo yethelevishini namafilimu iNational Film and Video Foundation (NFVF) isishayele ihlombe amafilimu akuleli akhethwe uba yingxenye yeToronto International Film Festival (TIFF).

INFNV esebenzisana ngokubambisana noMnyango wezobuCiko namaSiko, babongele iHigh Fantasy, The Number,

Silas and Five

Fingers for

Marseilles ukuba yingxenye yalo mcimbi oqale ngoSepthemba 7 – kuya ku-17 nonyaka.

Ukukhombisa ukuthokozela lokhu, le nhlangano izophinde yenze umviliyelo wokubungaza iminyaka engu-20 wobumbano nozwano kokusebenzisana kahle kwezobuciko phakathi kweNingizimu Afrika neCanada.

OMUNYE wabadidiyeli befilimu Iphupho uCebo Mthembu ufisa ukwazi ukuthi kwenzekeni kuyona njengoba ethi iduke kwaM-Net

Isithombe: FACEBOOK/ MR VIBE

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.