Wehlisa isithunzi sabadlali bePirates uMotale

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

U-EDWARD Motale owaduma kwiOrlando Pirates kudala, uzehlisa isithunzi ngokuhamba ngalo Toyota Corolla wakhe wakudala.

Wehlisa nesithunzi sePirates nje. Awukwazi ukuthi uhambe ngale moto kade ungumdlali, abantu abasebenza kogibiqolo bahambe ngani-ke uma abadlali behamba ngeKentucky Rounder?

Nalesi sigqoko sakho nje naso siyangicasula ngoba angazi ukuthi awusilahli ngani, esanini nje.

U-EDWARD Motale neStreetwise sakhe sakudala

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.