Isiphalaphala seSibaya asiwufuni umjolo

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - THOKOZANI NDLOVU

IZINSIZWA ezibheke uthando kumlingisi weSibaya, uSphelele Mzimela (28), kumele zikhohlwe njengoba ethi akayingeni eyomjolo futhi usindisiwe. uzimisele ngomshado ngelinye ilanga. Lo mlingisi odabuka eGingindlovu, uthe ukhule enothando lokuba ngumethuli wezinhlelo zethelevishini. “Abantu abebenza ngigqugquzeleke ngalo msebenzi uRobert Marawa noTshepo Mabona. Bengizibona ngisezingeni labo ngelinye ilanga. Awukho omunye umsebenzi engake ngawuthanda

ngisakhula

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.