UZuma uzogcina esezixosha kwasayena manje

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

SENGATHI uMengameli Jacob Zuma sekumele agade, uzogcina esezixosha kwayena uqobo manje.

Noma ngabe sekumnandi ukuxosha abantu mengameli kodwa usubaxoshe kakhulu manje.

Le nto oyenzayo iyingozi ngisho nakuwena. Uzozithola usushaya izinyoni eNkandla ungazi ukuthi ufike nini khona.

Khona uyayenza le nto yakho, ungafunga ukuthi ungumuntu oshayela imoto engus’gedlemba ongenandaba, othi noma ingafa vele igugile.

UMENGAMELI Jacob Zuma

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.