Intokazi iwadide kwaphela iZwi leNkosi la madoda

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

KUYANGITHOKOZISA ukuzwa uThembinkosi Ngcobo wakuMasipala weTheku ekhuluma iqiniso ngokudideka kwabo benoMfundisi Sakhile Langa bebona intombi enhle idlula ngesikhathi kuvulwa iSivananda King Goodwill Zwelithini kaBhekuzulu Education Centre.

Ukube bekungomunye umuntu onamanga ubezothi bebekhuluma ngomsebenzi ngoba nakhu azi ukuthi vele alikho izwi elizwakalayo esithombeni.

Bengihlala ngizitshela ukuthi uMfundisi Langa usuke elethe umkhuleko emicimbini eminingi njengoba engapheli kuyona. Sengiyabona ukuthi usuke ezeleni.

UTHEMBINKOSI Ngcobo noMfundisi Sakhile Langa

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.