Isiphenduke isikeshi sodado iThe Queen

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

SENGATHI sesibukiswa isikeshi manje ngalo mdlalo wethelevishini woMzansi Magic, iThe Queen.

Khona siyazi ukuthi iThe Queen ingumdlalo kodwa kumele sicatshangelwe ukuthi siyawakhokhela amaDStv esiyibuka kuwona.

Sekugiya uDineo Moeketsi (uKea) nje elokhu epitshoza khona.

Okokuqala uKea uyasidida ngale nqulu yakhe, esingaqondi ukuthi eyakhe ngempela yini noma eyokulingisa ngendlela enkulu ngayo.

Sicela ukucatshangelwa bakwethu singabukiswa into engekho.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.