Umphakathi uzozitika

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - THOKOZANI NDLOVU

UMPHAKATHI waKwaNgcolosi, uzozitika ngemidlalo yeshashashalazi yodado njengoba bezobe bekhombisa ngayo eWushwini Pan African Heritage Centre kwiChildren’s Theatre Festival ngoNovemba 11.

Bangu-40 odado abazobe bekhombisa ngemidlalo yabo yeshashalazi ephekwe kulesi sikhungo.

Umhleli womcimbi uJerry Pooe, uthe bonke odado abazobe bekhombisa ngemidlalo yabo baphekwe kulesi sikhungo.

“Sinohlelo lokuqeq ezisukela eminyakeni kuya kwezineminyak njalo ngonyaka. Uma ukuziqeqesha sibiza a zizobakhombisa ebezi wonke esikhungweni kube yimidlalo yeshas nemidanso yaseshash kungunyaka wesine s futhi sesipheke inqwa kusho uJerry.

Uthe abagcini ngok nje kuphela izingane, bazizamele nemiseben

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.