‘Umculo ungabalan

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - THOKOZANI NDLOVU

UKULANDA umoya wabangasekho emhlabeni endaweni abashonele kuyona, uthe kumele kwenziwe ngendlela yesimanje umculi we-jazz.

UNduduzo Makhathini uthe akusadingeki ukuthi kusetshenziswe isihlahla somlahlankosi, kodwa sekumele kube wumculo.

UNduduzo Makhathini, uthe ngenxa yokuvikela imvelo, yena akasasisebenzisi isihlahla somlahlankosi esijwayele ukusetshenziswa ukulanda umoya wabangasekho, kodwa usebenzisa umculo.

Uthe kunengoma ayiqophile ethi,

Umlahlankosi, athe wonke umuntu angayisebenzisa ukulanda umoya wabangasekho bewuyisa ekhaya.

Lo mculi, uthe lokhu akuphambani nomthetho wabangasekho, futhi ukuqonda kahle akushoyo njengoba naye eyisangoma.

“Isiko yinto eguqukayo futhi kumele lihambisane nesikhathi.

Kumele siyivikele nemvelo.

Ukulokhu sikha isihlahla somlahlankosi kuzosidalela inkinga, ngoba zizogcina sezishoda lezi zihlahla

“Kunokukha lesi s abantu befuna ukulan abangasekho, kungak ngoma kumaselula ab lapho, belande khona bese beya ekhaya. Nga usuthathekile umoya kusho uMakhathini.

Le ngoma ikwi-alb

UTerry Pheto uzobe eku-Ink Hop Music Festival njengesinye sezimenywa Isithombe: SITHUNYELWE UNO- MZAMO Mbatha ungomunye wabazophatha uhlelo kwi-Ink Hop Music Festival ngenyanga ezayo Isithombe: SITHUNYELWE KUZOBUNGAZWA impumelelo yeThee Legacy...

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.