Kodwa limzwani iphara u-Athi Mtongana?

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

WAZE wanebhadi u-Athi Mtongana wakwa-eNCA. Indaba yokuthi athi ematasa esibikela ngezindaba kwithelevishini, avele azogaxwa yiphara nje.

Kuzomele amaphoyisa ahlale eseduze kwabezindaba manje uma benza umsebenzi wabo.

Ngeke siyimele indaba yokuhlala siqaphe le genge engacacile.

Khululeka wena Athi sizokuzamela noma uMampintsha ngoba unekhono lokugada absebancane njengawe, nangu nje noBabes Wodumo asikaze sizwe kuthiwa wake wathintwa yiphara. Amaphara amsaba ngiso engekho uMampintsha.

U-ATHI Mtongana nephara

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.