Lidida unwabu noQeks ihembe likaL’vovo

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ULIVUSAPHI kodwa uL’vovo Derrango leli hembe abeligqoke emcimbini weMigos, e-ICC, ngeledlule?

Ubungathi yileli elaligqokwa amaSoul Brothers kudala esabizwa ngogandaganda baseNingizimu Afrika. Angisaqondi noma ukuntininiza phambili kwezemfashini noma ukungabi nankosikazi okukwenza ugqoke kanje. Kungenzeka futhi ukuthi awuzwani nesibuko.

UL’VOVO Derrango

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.