UXolani akasixolele ngendaba yebhanoyi

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ABANTU bathi bekhula uXolani Majozi ebe ebuyela ebunganeni.

Ngeke ungitshele ukuthi umuntu omdala kangaka, oseqala impandla, usalokhu esicefezela ngokuthi uyogibela ibhanoyi, abhale nakuFacebook. Sengiyabona ukuthi kungani ehlala egqekezelwa mihla namalanga. Asikho isigebengu esingayeka ithuba elinje. Uma uqhubeka nalo mkhuba wakho, usazophela. Uma sezikuphindile ungabe usangibikela, ubobikela ubaba wakho uFacebook.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.