Isonto lokubhala izincwadi zamafa

Isolezwe - - IZINDABA - BONISWA MOHALE

KUGQUGQUZELWA abantu ukuthi babhale izincwadi zamafa mahhala kuleli sonto njengoba libizwa nge-National Wills Week.

Kusukela ngoMsombuluko kuze kube yikusasa abantu banethuba lokubhala izincwadi zamafa mahhala nokuthi bafunde kabanzi ngazo.

UNkk Anica Ungerer obhekelele izindaba zamafa nempahla yabafi enkampanini yabacwaningi mabhuku, iMazars uthe abantu kufanele bazicabangisise izinto abazibhala encwadini yefa ukuze bagweme ukuklwebhana kwamalungu omndeni uma bona sebeshonile, okuyinto eyenza uma ingabhalwanga incwadi yefa umndeni usale uxabana.

Uthe abantu uma bebhala incwadi yefa kufanele babheke lokhu okulandelayo:

Babheke ukuthi ngubani ozofunda incwadi okunguye oyotshela umndeni ukuthi ushiyeni, kufanele uye

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.