IZAZISO

Isolezwe - - IZINDABA -

imininingwane bangathinta u Archbishop S.S Ncwane ku 072 609 8945.

NATIONAL SECURITY AND UNQUALIFIED WORKERS UNION: Inyunyana engenhla imema bonke abasebenzi abangonogada ukuba baphumelele emhlanganweni ozoba kuBotha Park mhlaka 17 Septhemba 2017 ngo 8.00 ekuseni. SHOBEDE: Kumenywa sonke izikulwane sesibongo sakwaShobede ukuba baphumelele emhlangwanweni ozoba sehholo laseYMCA, eThekwini mhlaka 14 Septhemba 2017 ngo 10.00 ekuseni. Ngeminye imininingwane ungathinta uMnuz. V.V Shobede ku 082 597 9405 noma uMnuz. P. Shodebe ku 083 673 2983.

THE CCAC IN ZION: Ibandla elingenhla lazisa amalungu alo ngomhlangano kaSepthemba wamakhosazane ozoba kwaMduku,eHluhluwe kusukuka mhlaka 22 kuya 24 ku Septhemba 2017.

Abazalwane bayacelwa ukuba bazihlinzeke ngemvunulo. Ngeminye imininingwane ungathinta uNobhala uMfu Musa Mathabela ku 082 553 5949.

ZULU CONGREGATIONAL CHURCH: Kumenywa umphakathi wonkana kanye namalunga ebandla lama Z.C.C enkonzweni yomkhuleko ovulelekile oyobe use Curries Fountain, eThekwini mhlaka 30 Septhemba 2017 ngo 8.00 ekuseni. Ngeminye imininingwane Mnuz. M Ndlovu 076 651 0507, uNkk M.D Thusi 076 488 6765, uNkk Mbatha 082 050 4514.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.