IMICIMBI NGEZITHOMBE

Isolezwe - - IMICIMBI -

KUHLEZI kumnandi uma kuhlangene izihlobo, abangani nomakhelwane emcimbini eyahluhlene. Nakule mpelasonto bekumnandi kudelile imindeni, abangani behlangane emcimbini eyahlukene.

Umculo, ukudla, iziphuzo nazo zonke izibiliboco zenza umcimbi uthokozelwe yiwo wonke umuntu.

Nakuleli sonto siniphathele imicimbi ehlukene lapho bekuhlangene khona imindeni nabangani kudliwa kujatshulwe.

Sikuthatha sikubeke kuleyo micimbi ngezithombe.

Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi ungathumela izithombe zihamba nombhalo ngobekwenzeka kwi-email ethi: isolezwe@inl.co.za nethi nontuthuko.ngubane@inl.co.za

Isithombe: SIBUSISO NDLOVU

KWEHLA esiphundu ukudla okudayiswa eMax’s Lifestyle. Laba ababili bajabulela izoso neziphuzo BAGUBHE umcimbi wabo eMax’s Lifestyle ngempelasonto BEKUYINTOKOZO yodwa uMnuz UMduduzi Nkosi ethembisa umshado uNksz Metro Mgwaba eNewtown B, eNanda KUBE imini...

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.