Kuhlaselwe iphoyisa lisemsebenzini

Isolezwe - - IZINDABA -

isibhamu salo.

Ngemuva kokuliphuca isibhamu, oyedwa wabo ulikhombe ngaso, elihlokoloza ethi alikhiphe okhiye besisefo sakulesi siteshi.

Kuthiwa lilandulile lathi okhiye abekho bahambe nabanye ozakwabo ebebesebenzela ngaphandle.

Amadoda awazange akushaye mkhuba lokhu abekutshelwa, aqhubekile nokuliqhuba ngesibhamu iphoyisa elingenisa emagumbini ehlukene esiteshini.

Ngemuva kwesikhathi oyedwa kubahlaseli kuthiwa udubule iphoyisa onyaweni base beyabaleka.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uColonel Thembeka Mbhele uthe

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.