Wubuhlathi okushiwo wuMosimane

Isolezwe - - IMIBONO -

MHLELI: Ngithi ake ngithathe leli thutshana ngizwakalise ukuphoxeka ngenkulumo engayizwa iphuma emlonyeni kababa uPitso Mosimane.

Enkundleni kusuke kukhona ophethe umdlalo nokwaziyo ukuqondisa abadlali uma bephula imithetho. Ukuthi abashayane kuwubuhlathi lokho. Ngeke uhlezi uwina. Yazi futhi ukuthi iChiefs inomlando omuhle uma ibhekene neSundowns. Ukungayihluli kwakho kule sizini makungakuphathi kabi ngoba yinto ejwayelekile. Zama ukuqeqesha ngendlela. Mpha Shabalala EMNAMBITHI

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.