Usafunwa owaduka eyohola impesheni

Isolezwe - - IZINDABA -

OSHICILELWENI lwangoMsombuluko odabeni lukaMnuz Mkonokazi Walter Madela owaduka eyohola impesheni ngoJanuwari 25 kungene isithombe okungesona.

Kungene ngephutha isithombe somlamu wakhe osesithombeni esisodwa naye. Umndeni kaMadela usadinga ukufuniswa yena ngoba akakatholakali. Abanemininingwane ngokulahleka kwakhe bangathinta amaphoyisa aseNtuzuma ku-031 509 8502.

Khonamanjalo, oshicilelweni lwayizolo, ekhasini lwemibono yabantu ngodaba lokwehla kukaMnuz Jacob Zuma esikhundleni, uMnuz Mpilo Mbatha (20) ubizwe ngoNksz Lungelo Ntombela (28). Sithi yobe, lixhoshwa libhekile.

UMNUZ Walter Mkonokazi Madela

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.